Ukuphupha umuntu ongasekho

Ukuphupha umuntu ongasekho. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe umsebenzi kuhlatshwe imbuzi, inkomo noma izinkukhu ukuze badle. Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela. . Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela. Ukuphupha unikwa imali umuntu ongasekho lokho kuchaza ukwamukeliswa izinhlanhla yilowomuntu, ukufumbathisa izinhlanhla. Ukumuphupha ekucela umgeze – Kusho ukuthi wayeganga esaphila, manje akamukelekile lapho ekhona ungcolile ngenxa yemisebenzi yakhe. Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Ukuphupha umuntu ongasekho ephila kungaba nezincazelo eziningi. Ukuphupha ugogo kuchaza abantu abadala abasuke bekuvakashele ebusuku, ugogo umele amadlozi , Kunogogo obizwa ngesithwalambiza, isithwalambiza siwugogo naso, uma uphuphe sona futhi kuchaza ukuthi uvakashelwe ngabantu abadala bakini. Ukuphupha umuntu ongasekho kungachaza ukuthi lowomuntu ongasekho ukuvakashele ngokomoya, ikakhulukazi uma bekungumuntu okhule naye uzwana naye. Amaphupho ngomuntu ongasekho awanayo incazelo ewahlanganisa wonke, asho izinto eziningi ezihlukene. Esiyaye sikusho nje wukuthi kubalulekile ukukhumbula ukuthi utheni kuwe. ukuphupha imali eningi yamaphepha kuchaza inhlanhla oyitholayo kubantu bakini, akusho ukuthi uzoyithola ngempela leyomali, kungenzeka uyiwine noma uthole umsebenzi. Incazelo iba kulokho asuke ekwenza lowo muntu ongasekho ephusheni lakho. Okunye okubalulekile wukuthi umphuphe enzani. Ukumuphupha ekhala – Kusho ukungathokozi kwabaphansi ngezenzo zakho noma ngendlela ophila ngayo eyakho impilo, ngakho kusuke kufanele ushintshe indlela ophila , oziphethe ngayo okanye owenza ngayo izinto. ukuphupha ulele nomuntu osewashona noma wenza ucansi naye. piaw xndeu qbyyt ofcqyc kkbuv wuefg hssyk gwhpw fwkzc xjbb


© Team Perka 2018 -- All Rights Reserved